UMBUZO 1 1. Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Kulesi sikhathi esiphila kuso, izingane ezingakhuliswa abazali bobabili ziningi

UMBUZO 1 1. Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Kulesi sikhathi esiphila kuso, izingane ezingakhuliswa abazali bobabili ziningi kakhulu. Kuke kwahlasela isifo sengculazi esithathe abazali, abantwana basala bekhuliswa ogogo nomkhulu. Kulesi simo uhulumeni wenza okusemandleni ukuthola imishanguzo yokunqanda lolu bhubhane, nangempela sehla isibalo sabantu ababulawa ingculazi. Isimo sasala singesihle kweminye imizi ngoba uma […]

Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa

Funda lesi siqeshana bese uphendula imibuzo elandelayo yolimi: Abasebenzi abaningi bakushayela ihlombe ukusebenzela ekhaya ngesikhathi izwe livalwa ngenxa yokhuvethe. Babejatshuliswa ikakhulukazi ukunyuka kukaphethioli ezweni okungeke kusabaphazamisa.  Babona kungcono uma besebenzela emakhaya ngoba angeke besagcwalisa izimoto ngophethiloli masonto onke ukuze baye emsebenzini. Abesifazane abanabantwana bona bakushayele ihlombe kakhulu lokhu kusebenzela ekhaya ngoba bathi besemhlanganweni belalele kumakhalekhukhwini noma kukhompuyutha, bebe befaka izingubo emshinini […]